'Ushiye isikhala esikhulu uLundi'

2017-02-05 17:01

Johannesburg - Abangani besihlabani somculo we-gospel, uLundi Tyamara, bathi ukudla kwakhe emhlabeni kushiye esikhulu isikhala empilweni yabo.

Izikhulumi ezahlukene zihloniphe okokugcina lesi sihlabani enkonzweni yomngcwabo ebiseWorcester eBoland.

Amakhulu abantu, okubalwa kubona nomndeni, kanye nabangani ebebeze ukuzofihla lesi sihlabani somculi.

OLUNYE UDABA: Kuphinde kwabulawa omunye umuntu ehostela

Umngani omkhulu kamufi, uThobeka Sogwagwa, ulandise ebebeze enkonzweni ngemizuzu yokugcina kaLundi.

Uthe waqala ukunakekela uLundi kusukela eqala ukugula ngoSepthemba 2016.

Ulundi,38, ushone ngeledlule esibhedlela saseGoli ngesikhathi elashelwa i-TB yesisu kanye nezinkinga zesibindi.

- SABC

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...