Usememezele ukuthi uzothatha umhlalaphansi uZodwa Wabantu

2017-11-23 19:01

Durban - Uma ungumlandeli omkhulu kaZodwa Wabantu, ususalelwe yisikhathi esingaphezu konyaka ukuba uzidelise ngokumbona esiteji.

Empeleni, usalelwe nje yizinyanga ezingu-13 kuphela ukuba umbone enza imidanso adume ngayo eheha abanye babantu.

Lo mdansi enkundleni yezokuxhumana umemezele ukuthi uzokuthatha umhlalaphansi ngoJanuwari 2019.

OLUNYE UDABA: Abanjwa ngophondo amawele ayengenele owama-Idols

UZodwa uthe usefuna ukugxila kwamanye amabhizinisi akhe.

Ubonge uDJ Tira ngokumfundisa yonke izinto ayaziyo njengamanje kule mboni.

UZodwa uthe ufuna ukuthatha umhlalaphansi ‘esababa’.

- Daily Sun

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...