Usaziwayo wakuleli uzolingisa emdlalweni waseMelika

2016-07-14 10:02

Cape Town – I-website yezokujabulisa eHollywood, iDeadline, isikuqinisekisile ukuthi usaziwayo wakuleli, uPearl Thusi, usezobonakala emdlalweni waseMelika i-Quantico.    

Isimemezelo senziwe ngemuva kokuba uPearl ebonakale ehleli nabalingisi be-Quantico season 2 eNew York, ngasekuqaleni kwesonto.

Funda nalolu daba: USomisi uzonikelela abafundi abahluphekayo

I-website ibike ukuthi uPearl uzodlala indawo kaDayana Mampasi, ongummeli.

"Ngemuva kokuphasa ngamalengiso wathola iziqu eHarvard, ubesesebenza kwinhlangano ezimele iminyaka emibili ngaphambi kokuba ajoyine inkampani yabazali bakhe eBoston. Kodwa nakuba kubukeka sengathi izinto zimhambela kahle, uDayana ukuthola kunzima ukungena khaxa.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 20-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Rain showers. Cloudy. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...