Usaziwayo uthi umkakhe webe uR2.2m e-khawuntini yabo ngokungemthetho

2017-11-19 13:00

eGoli - Umlingisikazi obuye abe ngumculi uTumi Masemula igixabezwe ngesikweletu sikaR2.2 million kusukela kumyeni wakhe onguphathina wakhe kwezamabhizinisi.

UMandla Ngcongwane usola umkakhe ngokhipha imali ngokungemthetho e-akhawuntini yabo yebhizinisi.

Lezi zithandani zineminyaka engu-16 zindawonye futhi zingophathina ebhizinisini eliqopha izinhlelo Black Brain Pictures.

Le nkampani iyona eqopha izinhlelo ezifana neCity Ses'la, Ga Re Dumele, kanye nalolo oluthandwa kakhulu iLockdown.

OLUNYE UDABA:#FillUpFNB: UCassper Nyovest usibonisa ukuthi kubamba ezingelayo

UNgcongwane, naye ongumlingisi ufake isicelo enkantolo enkulu yaseSouth Gauteng High Court eGoli ethi usasemula wakhipha imali engangoR2.2-million ngomhlaka 12 Septhemba ngaphandle kwemvume.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...