Usaziwayo uthi akanankinga nesithembu

2017-05-30 07:02

Johannesburg - Uhlelo olusha lukasomabhizinisi uMusa Mseleku namakhosikazi akhe amane, Uthando neSthembu alupheli olimini lwezakhamuzi zakuleli, selokhu lwaqala.

UMseleku unamakhosikazi amane, owokuqala nguMamkhulu, owesibili nguMayeni, owesithathu nguMakhumalo kanti owesine nguMangwabe.

OLUNYE UDABA:UMseleku uthi ufuna unkosikazi wesihlanu

Usaziwayo uMinnie Dlamini usanda kusivulela isisulu enklundleni yezokuxhumana iTwitter ngesithembu, wathi akanankinga nesithembu.

UMinnuie ukusho lokhu ngemuva kokubuzwa ngomunye wabalandeli bakhe ngokuthi ucabangani ngesithembi.

"Anginankinga nesithembu. Siyingxenye yosiko lwami," kusho uMinnie.

Twitter:

Minnie Screenshot 

 - Drum

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...