Usaziwayo onothile ukweleta abakwa-Sars

2017-07-02 12:59

Johannesburg - Omunye wosaziwayo baseNingizimu Afrika, uSomizi Mhlongo kubikwa ukuthi ukweleta abakwa-SARS.

Kuzwakale ukuthi uSomGaga ubakweleta imali engu-R2 million yentela.

OLUNYE UDABA:Usufikile umnqamulajuqu wentela

ISunday World ithole ukuthi abakwaSouth African Revenue Services (Sars) bafaka lo saziwayo eNkantolo eNkulu uaseGauteng ngoNovemba 2015.

Thola udaba oluphelele kwiSunday World.


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-23°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 14-24°C Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...