URiky Rick uthi uyakuthokozela ukujoyina ezikaDJ Bongz

2016-06-21 11:32

Ekhuluma nabe-TMG Entertainment uRiky Rick uzwakale ethakasile ngokuthola ikhaya elisha, kubika iTimeslive.

“Nginemibono kanye namasu emiingi futhi ziningi izinto engifisa ukuzenza futhi akekho ofuna ukungeseka kulokhu engikwenzayo,”kusho yena.

OLUNYE UDABA:Umrepha uthi uthembekile kubalandeli bakhe - Umbiko

“IMabala ingaphezu kwenkampani, ingumndeni. Bazongika ithuba lokuthi ngiphilise wonke amasu enginawo ebantwini ngethemba lokuthi bazongeseka,”kusho yena.

URiky wenza ialbhamu esebenzisana ne-Family Values ngonyaka odlule ethuthuke yaba i-platinamu eyikhipha ngaphansi kwelebula yakhe iMakhado Makhado Agency.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 11-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...