UPenny Penny uthi akasiye ubaba womrepha

2016-02-05 12:30

Johannesburg - Inkakha yezomculo uPenny Penny ekhuluma nabezindaba iThe Juice uqinisekise ukuthi akasiye ubaba womrepha weculo iDoc Shebeleza, uCassper Nyovest wegazi kodwa uyaziqhenya ngokuphumelela kwakhe.

"Ngiyikhonzile le nsizwa kanti nayo ingikhonzile," kusho Upenn Penny ogamalakhe lokuzalwa ngu-Eric Nkovani.

OLUNYE UDABA: Ushintshe kakhulu uPenny Penny

"Lo mfana uyangihlonipha nami ngokunjalo ngiyamhlonipha."

"Kuyangithokosizsa ukubnona isihlabani somculo esifana noCassper siphumelela ngoba kutshengisa umhlaba ukuthi iningizimu inekhono," kuqhuba uPenny.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 11-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...