UNtando Duma ubevakashele abasemzini

2016-04-29 12:31

Durban – Izithandani ezingamathe nolimi uNtando Duma uDJ Junior de Rocka balubeke kwelinye izinga uthando lwabo njengoba uNtando bekavakashele abasemzini, kubika iTimeslive.

Lo mlingisi we-Rhythm City uveze izithombe enkundleni u-Instagram ehleli nomamazala wakhe kanye namanye amalungo omndeni kaJunior.

Yize kuseyizinyanga sizwile ukuthi laba bayathandana, basanda kuphumela obala ngalokhu.

“Siyithi nje futhi siyathandana. Sizama kwakhana futhi sesekane ngemisebenzi yethu, futhi yilokho esikuthokozelayo,”kusho uNtando.

- Times Live

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-30°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-27°C Rain early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-31°C Isolated tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 19-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...