Unciphe kahle owaduma ngelithi uLoliwe

2016-08-15 19:05

Johannesburg - Umculi wakuleli uBulelwa "Zahara" Mkutukana ubezimisele kakhulu ngokuncipha emzimbeni, ushiontshe indlela adla ngayo wase eqala ezivocavoca.

Lo mculi selokhu qala ukuzivocavoca ulokhu efaka izithombe zakhe ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: UZahara uthi utshwala yinto angasayazi

Isithombe sakamuva uZahara ubhela ukuthi: "Ngabe uyazivocavoca? Ngoba uma kunjalo, siyayibona imiphumela." 

Kuyacaca ukuthi suyayibona imiphumela yemisebenzi yakhe kanti nati siyayibona.

Akuve emuhle.

Isithombe:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Cool. Pta: 14-28°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...