U-Unathi uphenduke inhlekisa ezinkundleni zokuxhumana

2016-09-27 16:02

Durban - Umsakazi we-Metro FM kanye nejaji lama-Idols Unathi Msengana uphenduke inhlekisa ezinkundleni zokuxhumana ngenxa yesitayela sakhe esisha sezinwele.

U-Unathi ubejabuliliengalesi sitayela sakhe waze wabhala ezinkundleni ukuthi uyabuthanda ubuhlalu futhi ubufundiswe umama wakhe, kubika iDailysun.

OLUNYE UDABA:Ubungaza umshado wakhe u-Unathi

Uthole angakulindele ngoba abantu abaningi bebehlekisa ngaye ikakhulukazi ku-Twitter. Abantu bemfanisa nomlandeli omkhulu weqembu i-Orlando Pirates.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...