Umsakazo waseKZN usumemezele ukushintsha kwezinhlelo

2017-07-27 16:01

Johannesburg – Sekuphinde kwaba nezinye izinhlelo esiteshini somsakazo esizinze KwaZulu-Natal, i-East Coast Radio njengoba lesi siteshi simemezele ngoLwesine ukuthi sesihlele kabusha izinhlelo zaso.

Ngaphambilini ngoJuni, lesi siteshi samemezela ukuthi uPhat Joe, obeshayela uhlelo lwantambama, useyashiya kulesi siteshi.

Kwabe sekumenyezelwa ukuthi umsakazi walesi siteshi, uBongani Mtolo, uyena osezoshayela uhlelo lwantambama nalapho ezobambisana khona noMags van der Westhuizen.

OLUNYE UDABA: UBongani uzovala isikhala sikaPhat Joe emsakazweni waseKZN

Kusukuela ngomhlaka-31 kuJulayi kuzoqala lezi zinguquko ezilandelayo kulesi siteshi: UThandolwethu uyena osezoshayela i-East Coast Urban (phakathi nezinsuku 18:00 - 21:00), bese kuthi uRicky yena aye kwi-East Coast Love Songs (phakathi nezinsuku 21:00 - 00:00). USbu yena usezongena phakathi nezinsuku phakathi kuka-04:00 kanye no-06:00.

Ngale kwalokho olunye ushintsho abalaleli balo msakazo abangalulindela ukwengezwa kwezemigwaqo phakathi neviki.

Zibonele ukuhlelwa kabusha kwezinhlelo zalo msakazo ngezansi:

UMsombuluko kuya kuLwesine

00:00 – Sirshin Moodliar

04:00 – Sbu

06:00 – East Coast Breakfast noDarren Maule, uKeri kanye noSky

09:00 – Damon Beard

12:00 – Jane Linley-Thomas

15:00 – East Coast Drive noBongani kanye noMags

18:00 – East Coast Urban noThandolwethu

21:00 – East Coast Love Songs noRicky 

ULwesihlanu

00:00 – Sirshin Moodliar

04:00 – Sbu

06:00 – East Coast Breakfast noDarren Maule, uKeri kanye noSky

09:00 – Damon Beard

12:00 – Jane Linley-Thomas

15:00 – East Coast Drive noBongani kanye noMags

18:00 – East Coast Party People noDeon Govender

21:00 – Danny Guselli 

UMgqibelo

00:00 – UWarrick noJayshree

03:00 – Kristian Shaw

06:00 – Weekend Breakfast noGordon Graham

10:00 – Coca Cola Top 40 noRicky kanye noCarol Ofori

14:00 – Lubz kanye noErin

18:00 – East Coast Party People noDeon Government

21:00 – Danny Guselli 

ISonto

00:00 – UWarrick noJayshree

03:00 – Kristian Shaw

06:00 – Weekend Breakfast noGordon Graham

10:00 – Thandolwethu

14:00 – Lubz no-Erin

18:00 – #PlayLocal noDeon Govender

21:00 – Danny Guselli

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...