Umrepha uthengele umama wakhe imoto

2017-01-27 10:00

Johannesburg  - Omunye wabaculi bakuleli weHip hop, uGigi Lamayne, usefake enkundleni yezokuxhumana, i-Instagram, isithombe semoto asanda kuyithengela umama wakhe kanti ngokwakhe uthi “lokhu kuseyisiqalo nje”.

OLUNYE UDABA: Sigxekwe kabi isenzo somsakazi woKhozi ehlambalaza umculi

“Ukuba ngumama ongayedwana kwakunzima, ngiyazi…sekube yizinyanga ezimbalwa selokhu ngakutholela yona futhi sengivele ngizama ukufaka ama-rims amasha kuyona endaweni yokwakha,” kusho lo mrepha, engeza ngokuthi uzoqinisekisa ukuthi umama wakhe ukuthola konke.

“Ukuqina kwakho kukhona konke osudlule kukhona kuyakhuthaza. Ngicabanga ukuthi ufanelwe yisiphetho esiyinjabulo ngaso sonke isikhathi. Ngizozincisha mina ukuqinisekisa ukuthi unakho konke.”

Funda umyalezo ophelele kaGigi Lamayne ngezansi:


- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-28°C Showery. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-18°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...