Umrepha uncome impatho kwisinqandamathe sakhe

2016-03-17 18:31

Durban – Ake ucabange ukuthi bekuzona njani ukube uRicky Rick wasala kuyilona soka lokugcina kuhlelo lwe-Date my Family, kubika iDrum.

Lo mrepha ufake isithombe sakhe nomama wengane yakhe, eveza ukuthi iyona ntokazi ehlale imeseka kukho konke akwenzayo.

Uncome indlela eyayimseza ngayo engakaphumeleli, imxhasa ngemali yokuya esitudiyo futhi yayingamenzi azizwe engendoda yalutho uma engakwazi ukuyikhipha noma ukukhokha uma bezikhiphile.

- Move!

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Sunny. Cool. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-16°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...