Umrepha ubusiswe ngendodana yesibili

2018-02-01 14:01

Johannesburg - Umrepha u-Emtee nentombi yakhe, uNicole Chinsamy bamukele ingane yabo yomfana yesibili ogama layo nguLogan.

U-Emtee ogama lakhe lokuzalwa nguMthembeni Ndevu noNicole sebevele unendodana eneminyaka emibili ubudala u-Avery.

Lezi zithandani zifake isithombe zengane yazo enkundleni yezokuxhumana i-Instagram zizwakalisa injabulo yazo ngendodana yazo.

 -INSTAGRAM:

Mans a big bro now yeah ??

A post shared by eMTee De Hustla (@emteethehustla) on

Whassup where de money at? #Logan

A post shared by eMTee De Hustla (@emteethehustla) on

 - TshisaLive

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Afternoon clouds. Warm. Bloem: 17-29°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 21-30°C Sunny. Warm. PE: 18-27°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...