UMinnie Jones uqophe umlando ngohlelo lwakhe

2017-10-19 19:31

eGoli - Okuhle kulukhu kumlandele njalo uMinnie Dlamini-Jones njegoba sekuvele izindaba ezinhle ngohlelo lwakhe olusanda kuqala.

Uhlelo lwale ntokazi inohlelo lwaziwa nge-Becoming Mrs Jones oluqoshelwe ukuveza konke okwenzeka othandweni lwakhe nomyeni wakhe behlela umshado wabo.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Ubumnandi bodwa kuMinnie Dlamini nezimpelesi zakhe eParis

Abe-Vuzu Amp bathathele ezinkundleni zokuxhumana ukuncoma lolu hlelo ngokuthi luqophe umlando.

Kuthiwa lolu hlelo yilona oluhamba phambili ngokubukelwa kuzo zonke izinhlezo ezike zadlalwa kulesi siteshi.


- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...