UMgarimbe ubambisene noCassper Nyovest kwekagologo nobhiya

2016-09-09 19:31

Durban -  Umculi weKwaito owasilethela uSista Bettina, umeme umrepha uCassper Nyovest ngeculo elisha elishisa izikhotha.

Kulokhu uMgarimbe udedele inambanamba enesigqi esikwenza ushukumise umzimba ngeculo elithi, ugologo nobhiya.

OLUNYE UDABA:Ngingenza ngaphezulu kukaR2m ngobusuku - Cassper Nyovest

Abalandeli bakhe bahluleke nokuzibamba bezwakalisa injabulo nothando ngaleli culo ezinkundleni zokuxhumana.

Abaningi bathi ngempela ilona culo abazobe betshakadula ngalo leli ngoDisemba, kubika iTimeslive.

- Times Live

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Heavy rain late. Mostly cloudy. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-24°C Sunny. Mild. Bloem: 8-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-27°C Sunny. Warm. PE: 12-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...