Umculi wase-Angola uzobonakala kuGenerations: The Legacy

2016-08-18 10:00

Johannesburg - UWeza Solange ongusaziwayo odabuka kwelase-Angola usezobonakala ohlelweni oluyintandokazi.

UGaaratwe Mokhethi okhulumela iGenerations: The Legacy uwaqinisekisile lamahlebezi ngesikhathi ekhuluma nabe-TMG Entertainment,

Funda nalolu daba:Ukhiphe izigidi efuna ukuzitika ngomlingisi

“Akanikezwanga isikhundla esikhulu, kodwa uzobe esondelene kakhulu noTau Mogale kulolu hlelo.”

Le ntokazi isiqalile ukusebenza kanti uzobonakala kumabonakude ezinyangeni ezimbili noma ezintathu ezizayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...