Umculi ugcinwe esibhedlela namawele akhe ngenxa ‘yenkinga encane’

2017-06-19 11:01

Cape Town – NgeSonto kuvele izindaba zokuthi osaziwayo abangabaculi, uBeyoncé kanye noJay Z, bamukele izingane zabo ezingamawele nebesekunesikhathi zilindelwe.

I-TMZ ibike ukuthi lezi zingane, okungumfana kanye nentombazane, zizalwe ngoMsombuluko eLos Angeles, eMelika.

OLUNYE UDABA: Usebelethile uBeyonce – Umbiko

Kodwa-ke zisalokhu zigcinwe esibhedlela ngenxa “yenkinga encane” kanti nodokotela abakakhululeki ngokuthi zidedelwe ziye ekhaya okwamanje.

Ngokwebiko, umama wabantwana, uBeyoncé, yena uqhuba kahle.

Khonamanjalo, ubaba kaBeyoncé's, uMatthew Knowles, unikele ku-Instagram nalapho efisele khona la mawele usuku oluhle lokuzalwa. 

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. Pta: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Sunny. Mild. PE: 14-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...