Umculi, 69, ubophe ifindo nona- 24

2016-09-11 12:01

Johannesburg - Inkakha emculweni weJazz noMbaqanga uRay Chikipa Phiri usebophe elikasofa silahlane ngokukhulu ukushesha nowesifazane osemncane kunaye.

UPhiri oneminyaka engu69 ubudala weculo iWhispers in the deep ubophe ifindo okwesithathu emasontweni amabili adlule.

OLUNYE UDABA: Umculi kamaskandi wale umkakhe wathembisa intombi umshado

Lo mculi ushadelwe yintokazi yaseVenda uRabelani Mulaudzi, 24, eTshisauli village eVenda.

Laba bobabili bashade owesintu.

UPhiri omdala ngeminyaka engu-45 kuRabelani unqabile ukuphawula, kubika iSunday World.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 7-24°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...