UMarks Maponyane ulahlwe yicala lokushaya unkosikazi

2017-08-13 13:30

Johannesburg - Usezakhele udumo olubi owayengumdlali webhola uMarks Maponyane njengoba esezokwaziwa njengondoda eshaya abantu besimame.

UMaponyane ulahlwe yicala lokuhlasela umkakhe uSylvia Maponyane.

OLUNYE UDABA:Unkosikazi 'ulaxaze' uMarks Maponyane kubangwa eyomshwalense - Umbiko

UMaponyane ubevele enkantolo kaMantshi yaseThembisa.

Lo mhlaziyi webhola uhlawuliswa imali engango-R3000 noma izinyanga eziyisithupha ejele. Ubuye wahlawuliswa u-R6000 nesigwebo esilengisiwe sezinyanga ezingu-24.

Thola udaba oluphelele ku-Sunday World.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-19°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 16-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...