UKhanyi Mbau ukhethwe njengenxusa leLanson Champagne

2017-08-29 07:04

Durban - Osaziwayo baseThekwini bahlanganyele endaweni yomtakabani iCafe La Plage eseMhlanga emcimbini weLanson Chamapagne.

Lo mcimbi ubungoMgqibelo kanti usetshenziswe abeLanson ukwethula inxusa labo elisha elingusaziwayo, uKhanyi Mbawu.

OLUNYE UDABA:Sesihoxisiwe isinqumo sokwelula amahora okudayisa utshwala

UThandi Makhanya, ongumhleli walo mcimbi, uthe bathokoze kakhulu ukubambisana nalo saziwayo futhi basazohamba izindawo eziningi bekhangisa ngeLanson.

Uthi lesi siphuzo saqala ukukhiqizwa ngeminyaka yo-1760 kanti singenye seziphuzo ezikhethekile emndenini wasendlunkulu kwelaseBrithani.

Aquire a unique taste... #??

A post shared by Khanyi Mbau METANOIA (@mbaureloaded) on

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...