UKhanyi Mbau nohlelo olusha kumabonakude

2017-06-30 12:31

Johannesburg - Usaziwayo wakuleli uKhanyi Mbau uzokwethula uhlelo olusha oluzokhonjiswa ku-SABC kusukela ngoJulayi.

UKhanyi uzokwethula uhlelo olumayelana nezindaba eziphathelene nosaziwayo bakuleli kanye nomgosi.

OLUNYE UDABA:Luhamba phambili uhlelo lukaKhanyi Mbau

Lolu hlelo luzoqala ukubokala kumabonakude ngomhlaka-12 Julayi (ngoLwesithathu) ngezithuba zabo-21:00.

UKhanyi uzobe engaqali ukwethula uhlelo olucishe lufane nalolu njengoba ngaphambilini wake waba ngumethuli wohlelo iKatch It With Khanyi eyayinenqwaba yababukeli. 

 - Drum

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 7-24°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...