Ujoyina uZalo owayedlala kwiGaz'lam

2017-05-10 16:01

Johannesburg - Umlingisi waseThekwini uSiyabonga Shibe kubikwa ukuthi uzojoyina umdlalo wakumabonakude otshjengisa kuSABC 1, uZalo.

Lo mlingisi, owayedlala indawo kaSifiso kwiGaz'lam phakathi konyaka wango-2001 no-2005, uzodlala indawo yephoyisa elingomfowabo kaNkunzi (uMasoka Msiza).

OLUNYE UDABA: Owazakhela igama ku-Ashes to Ashes ujoyina uZalo

Amaphrojusa bethula lo mlingisi kwabenzindaba ngenyanga edlule.

Lo mlingisi utshele iphephandaba iSun Buzz ukuthi indawo azoyidlala ithanda ukuba nzinyana wathi kodwa uyakujabulela ukuthi uzobe esebenzisana nekhono elisha kanye nezinkakha zokulingisa.

Kumanje uNkunzi kulo mdlalo ufike kwezwakala njengoba eqhuba ubugebengu obungumshoshaphansi.

ISITHOMBE:

Fitting for.... DBN How great you are. I've missed you. So HALLO! It will be a great shoot

A post shared by Siyabonga SMS Shibe (@siyabonga_shibe) on

 - Daily Sun

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uyashiya kwi-RGB umsakazi

2017-07-25 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Partly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...