Ujoyina iSidingo umyeni ka'Karabo'

2016-03-10 10:01

Johannesburg - UShona Ferguson ongumyeni wesihlabani somlingisi uConnie Ferguson, Shona Ferguson ujoyine umdlalo oyintandokazi kumabonakude iSidingo ku-SABC 3.

UShona kulindeleke ukuba aqale ukubonakala kulo mdlalo kusukela ngomhlaka-23 Mashi ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Ujoyina uMlilo uKhanyi Mbau

Lo mlingisi uzodlala indawo kaThapelo 'Tyson' Mokoena umfowabo kaKatlego Sibeko (Kgomotso Christopher) omdala.

UShona useke wadlala kwiRcokville, iScandla, iThe Wild neThe Gift, kubika iSowetanlive.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 17-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-32°C Scattered showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-31°C Afternoon clouds. Warm. PE: 21-27°C More clouds than sun. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...