Ujoyina iRhythm City usaziwayo ongaconsi phansi kwabaningi

2017-02-07 18:01

Johannesburg - Intokazi eyintandokazi kwabaningi kuleli uBoity Thulo kubikwa ukuthi joyina iRhythm City etshengisa esiteshini esizimele i-e.tv.

Lezi zindaba zimenyezelwe enkundleni yezokuxhumana iTwitter.

OLUNYE UDABA: Ujoyina iGenerations: The Legacy umawengane kaMadluphuthu

Ngokusho kwabakwa-e.tv, umethuli wohlelo lomculo iClub 808 uzodlala indawo kaLuscious Lu ongu-DJ emsakazweni futhi osebenza ngokuzikhandla.

Uyazazisa futhi unakho ukwethusa abanye abantu besifazane ngaphandle kokuphimisa amazwi, kuchazwa indawo ezobe idlalwa nguThulo.

Twitter:

 - Daily Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Sunny. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Mild. Bloem: -4-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...