Udlelwe imoto owayedlala kwiBafana Bafana

2016-08-09 13:57

Johannesburg -  Owayegijima eqenjimni lebhola, iBafana Bafana, udlelwe imoto yakhe yohlobo lwe-BMW 4 series emzini aqashe kuwo eSouthgate ngenyanga ephelile.

USiyabonga Sangweni uqinisekise ukulahlekelwa yomoto yakhe.

OLUNYE UDABA: Udlelwe umuzi umgadli weChiefs-Umbiko

"Imoto yabandakanyeka engozini kanti inkampani yomshwalense ayifuni ukukhokha. Ngayeka ukuyikhokhela," usho njalo."Bayithatha imoto kodwa ngizoqhubeka ngiyikhokhele nyanga zonke uma sengikahle ephaketheni."

Umthombo uthe imoto yalesi sihlabani sebhola yadliwa ngesikhathi sizihlalele nonkosikazi waso emzini aqashe kuwo, sacelwa izikhiye zemoto, kubika iSowetanLive

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-31°C Rain showers. High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C Light rain late. High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 12-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...