Udedelwe ngebheyili ka-R15 000 uManqele

2015-12-10 13:29

Johannesburg - Ukuqulwa kwecala lokubulawa kukaNkululeko 'Flabba' Habedi kuhlehlele unyaka ozayo ngomashi ngemuva kokuba uSindisiwe Manqele ethole ibheyili yemali engu-R15 000.

USindisiwe Manqele otholwe enecala lokubulala umrepha ngoLwesithathu kutholwe ukuthi wabulala ngenhloso hhayi ngoba ezivikela ngesikhathi emgwaza ngoMashi.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke isigwebo ecaleni lokubulawa komrepha

UManqele uchithe ubusuku obubodwa ejele ngaphambi kokuthola ibheyili, kubika i-eNCA.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-27°C Sunny. Mild. PE: 12-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...