Udadewabo kaBonang uthi akafuni ukuqhathaniswa naye

2016-06-08 12:32

Durban -  Owayengenele uzime kaMiss South Africa 2016 uRambi Sechoaro usezitholele udumo, kubika iDrum.

Yize ezenzela igama embonini yezokunandisa, uRambi uthi akafuni ukusebenzisa uduma lukadadewabo ukuze agqame.

"Ngifuna ukuzenzela igama ngokwami, angifuni ukuthola imisebenzi ngenxa kadadewethu yize ngibukela kuye futhi ngiyihlonipha indlela asebenza ngayo,"kusho yena.

OLUNYE UDABA:UBonang uphoxe abasakazi boKhozi - Umbiko

Ngaphambi kokungenela uZime, lentokazi ibisivele isebenza njengomkhangisi futhi ingaphansi kwenkamani i-Ice Models futhi wenza nezifundo ze-akhawuntingi eceleni.

Uthi yize bengabonani kangako nodadewabo ngenxa yemisebenzi abayenzayo, kodwa kuba mnandi uma behlangana.

Reabetswe ‘Rambi’ Sechoaro and half sister Bonang Matheba

- Move!

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...