Uchitha awokuhlukana nomkakhe oweSidingo

2016-03-08 11:32

Johannesburg - Umlingisi womdlalo wodumo kumabonakude iSidingo esidlala ku-SABC 3, uMotlatsi Mofatshe odlala indawo kaSechaba Matabane uchitha amahlebezi omshado wakhe olengela eweni kulandela amahlebezi angempelasonto athi uphoqeleke ukuba ayohlala nabazali bakhe.

OLUNYE UDABA: OweSidingo ezinsolweni zokuba yihlongandlebe

ISunday Sun ibike ukuthi lo mlingisi usephindele kubo ngemuva kwezinsolo zokushiywa ngunkosikazi wakhe uMillicent.

UMotlatsi owashada owesintu noMillicent ngo-2014 ubhale enkundleni yezokuxhumana eyocacisa izinto. 

Okubhalwe yilo mlingisi oyintandokazi yabaningi ku-Instagram:

Happy Friday every one..... 3 Thangs - I 1. Tomorrow #SPUNk 50% sale dont miss out i went to the studio to go check achi ka nnete @mimispunk is on fleek uyashisa sani... (Get there early to avoid disappointments) u know ladies love #SPUNk 2. So some incompetent journalist and a source are out to get me, i thought thats funny... So apparently me and @mimispunk have broken up ?????????? Le rata taba tsa batho. Laphapha!!! I do despise journos coming to my house or my mothers house invading our privacy... So pasop infact nilibambe lingashoni!!!! Yeah nxm!!! 3. On a more lighter note have a lovely Friday. #themafatshechronicles #spunksale #umgosi ?? #Singlecomingoutsoon #mo&thedarkknights #music #fashion #film #tv #ndibalantonina

A photo posted by Motlatsi Mafatshe (@tlatsi83) on

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...