Ubukhazikhazi usaziwayo eyombesa ingoduso yakhe ekhulelwe

2017-03-12 15:35

Durban - Injabulo ibibhalwe ebusweni bukasomabhizinisi uKenny Kunene ngesikhathi embesa ingoduso yakhe uNonkululeko.

Kuthiwa ingoduso kaKunene ifike ngendiza enophephela emhlani.

Lo mcimbi wobukhazikhazi ubuhanjelwe wosaziwayo abafana noKhanyi Mbau nesoka lakhe uTebogo kanye nabafowabo.

OLUNYE UDABA:UKenny Kunene akawuvali umlomo ngesinqandamathe

Abanye osaziwayo abebekhona kubalwa noDonald okunguyena obenandisa kulo mcimbi.

Ngokwemibiko evele kulo mcimbi umakoti uzethwele kwanti sekubalwa izinyanga ezimbalwa amukele indodana yakhe nalo somabhizinisi.

Umbiko: Sunday World.

Image Title

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UBabes Wodumo 'webe' umcimbi

2018-04-22 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Rain late. Mostly cloudy. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-27°C Sunny. Warm. PE: 12-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...