U-Nasty C ucacisa ngokujoyina iMabala Noise

2016-07-22 20:31

Durban - Lo mrepha ukuveza ngaphambilini ukuthi usezingxoxweni nabaphathi benkampani kaJay Z abazinze e-Afrika, kubika iSunday World.

Lo mrepha usecacise ukuthi abeMabala Noise baxhumana naye ngesikhathi esasenezingxoxo nabe Roc Nations kodwa kwashiyana ukwenza.

OLUNYE UDABA:Usale dengwane umrepha emgwaqeni esephelelwe wuphethiloli

“Besingakaze sifinyelele kwisivumelwano nabe Roc Nation, zonke izingxoxo besizidingida ngocingo sizama ukufinyelela kwisivumelwano.

“IMabala Noise ibikhululekile ngokwezingxoxo esaba nazo futhi bengenankinga nesivumelwano esibe naso ngemuva kwezingxoxo esibenazo sesixhumane izikhathi ezimbalwa,” kusho yena.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-26°C Rain early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-21°C Showers early. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-28°C Sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Sprinkles. Morning clouds. Warm. PE: 19-26°C Drizzle. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...