U-AKA ufuna umgexo wakhe awujikijele kubalandeli

2016-10-03 14:29

Johannesburg - U-AKA ubenandisa emcimbini i-Spring Fiesta kule mpelasonto ngesikhathi ejabula kakhulu wakhumula umgxeko wakhe wawujikijela kubalandeli.

OLUNYE UDABA:U-AKA ulahle ucingo lomlandeli wafuna ukumkhokhela ngensangu

Sekuphele bona ubumnandi kanti manje lo mrepha unxusa umlandeli owele kuyena lo mgxeko ukuba amthathele isithombe sawo awuveze ezinkundleni zokuxhumana ukuze azokwazi ukuwuthenga kuyena.

Lo mrepha uthi lo mgexo uziza izinkulungwane ezinamashumi amane amarandinjengoba kuyi-Versace kanti uyawucela.

- Times Live

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-30°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-27°C Rain early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-31°C Isolated tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 19-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...