Sikhumbula uMaBrrr: Sekuphele iminyaka engu-13 adlula emhlabeni

2017-05-09 14:00

Durban - Namuhla kubungazwa usuku okwadlula ngalo emhlabeni umculi owayethandwa kakhulu kuleli, uBrenda Fassie.

Lo mculi washona ngomhlaka-9 kuMeyi eminyakeni engu-13 eyadlula.

Yize kunjalo abathandi bomculo kanye nabaculi imbala bavumelana ngelokuthi akekho oyofana naye futhi washiya isikhala esikhulu kakhulu kwezikaqedisizungu.

Abathandi bomculo bathathele ezinkundleni zokuxhumana bedlulisa imilayezo yokukhumbula le ngqalabutho yakwaXhosa.

<p>

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...