Sibungaza usuku okwashona ngalo uBrenda Fassie

2016-05-09 16:03

Johannesburg – Izwe lonke ligubha usuku okwashona ngalo isihlabani esasithandwa kakhulu uBrenda Fassie eminyakane engu-12 eyedlule ngalolu suku, kubika iTimeslive.

Le ntokazi eyayaziwa njengeNdlovukazi emculweni we-Pop yashona ineminyaka engu-39 ubudala ngesikhathi ukucinywa imishini ayesephila ngayo.

Lolu suku lugujwa ngemuva kwesonto kusanda kuvezwe ukuthi kunencwadi eyenziwe ngokuhlanganisa iziqephu ezahlukahlukene zemibhalo ngalesi sihlabani.

Le ncwadi ogama layo lithi, I’m Not Your Weekend Special, ihlanganiswe uMhleli wemibhalo uBongani Madond

- Times Live

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...