Selimshiyile isoka lakhe elinguBen 10 uPalesa Madisakwane

2017-07-02 11:10

Johannesburg - Kusolwa ukuthi uzame ukuzibulala umethuli wezinhlelo, uPalesa Madisakwane ngemuva kokuba isoka lakhe elingu-Ben 10, uNico Matlala likhethe ukubuqeda ubudlelwano babo.

UPalesa kusolwa ukuthi uzame ukuzibulala ngokuphuza amaphilisi ngokweqile ngemuva kokuba uNico enqabile ukuphuca umama wengane yakhe uPhumzile Shezi unyanyavu lwemoto.

OLUNYE UDABA:UBen10 uthembise usaziwayo umshado

Kubikwa ukuthi uNico wanika uPhumzile ahlukana naye eminyakeni emibili eyedlule, imoto yohlobo lweRange Rover. 

 - Thola udaba oluphelele kwiSunday World

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uyashiya kwi-RGB umsakazi

2017-07-25 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Partly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...