Owayedlala kwiSkeem Saam uthembise intombi umshado

2017-09-04 14:00

Johannesburg - Umlingisi wemidlalo kamabonakude owaduma edlala emdlalweni oyintandokazi yeningi, iSkeem Saam edlala indawo kaJama, uthembise intombi yakhe umshado.

Lo mlingisi wase-Eastern Cape, u-Oros Mampofu, odlala indawo kaPhila kwiGazi, ubengunombolo-6 emncintiswaneni wama-BET i-Top Actor.

OLUNYE UDABA:UPearl Modiadie uthenjiswe umshado

Intombi yakhe ivumile ngesikhathi eyithembisa umshado.

Laba babe sebefaka izithombe zabo enkundleni yezokuxhumana.

 - IZITHOMBE: 

"To the moon, and back ... " ____________________________________________ ?????? #MyRock #MyKing #MyTeam

A post shared by Hlatsi Molokomme (@hlatsi_) on

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...