Osaziwayo bachitha amahlebezi okubanga indoda ngesithombe

2017-07-12 19:28

Johannesburg - Abalingisi abangabangani, uWinnie Ntshaba noPalesa Madisakwane, ekuqaleni kwesonto bekubikwe ukuthi ababhekani babanga indoda engusomabhizinisi, eGoli, uNico Matlala.

Le mibiko ibithi laba bobabili abasakhulumisane ngoba bexabene.

OLUNYE UDABA:UBen 10 usebaxove wabaqeda onontandakubukwa bakuleli

Kubonakala sengathi lo mbiko awusilo iqiniso njengoba uPalesa noWinnie bebezipholele bopbabili. Lokhu kuza ngemuva kokuba kubonakale izithombe ezifanayo ezinkundleni zokuxhumana i-Instagram.

Lezi zithombe azitshengisi ukuthi baxabene kodwa zitshengisa ukuthi basazwana.

  - Instagram

Chilling with my peeps!!????

A post shared by Bawinile (@winnie_glam) on

Wednesday

A post shared by Palesa Madisakwane (@palesamad) on

 - Drum

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Scattered showers. Clearing skies. Cool. Pta: 13-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...