Omunye umculi oselaxaze iMabala Noise

2017-12-27 18:00

eGoli -  Umrepha obuye abe ngusomabhizinisi uGigi Lamanye usehlukene nenkampani emphethe iMabala Noise.

Lokhu kwenzeka ngemuva konyaka esebenza ngaphansi kwale nkampani.

Ngokubika kweSlikourOnLife, uGigi wenze isimemezelo ngoLwesibili ukuthi useyayishiya le nkampani ngenxa yezinhloso ezingafani anazo nayo ngekusasa lakhe.

OLUNYE UDABA: Ujike wabamuncu uKhisimuzi ngokushona kukaRobbie Malinga

Lokhu kumayelana nenqubo afuna ukuyilandela nge-albhamu yakhe entsha ahlela ukuyikhipha ngasekupheleni konyaka ozayo.

IMabala Noise ithathele ezinkundleni zokuxhumana ifisela le ntokazi okuhle kodwa ngekusasa layo futhi bayibonga ngokuba yingxenye yale nkampani.


- Drum

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...