Odlala ekamfundisi kuZalo usethatha ikhefu kulo

2017-01-05 16:01

Johannebsurg - Kuqinisekiswe ukuthi umlingisi womdlalo owuchungechunge kumabonakude uZalo uKay Sibiya odlala indawo ka-Ayanda Mdletshe uzothatha ikhefu kulo mdlalo.

UKay ekhuluima nabeTshisaLive ngoLwesine uthe akawushiyi umdlalo kodwa uthathe isinqumo sokuthuthela eGoli ngezizathu anganakuzidalula okwamanje kodwa ymdlalo udinga ukuthi abalinghisi bazinze KwaZulu-Natal.

OLUNYE UDABA: Izinguquko emdlalweni uZalo

Lokhu kuchaze ukuthi indawo engiyidlalayo kulo mdlalo isazothi ukunyamalala okwesikhashana ngalesi sikgathi sisadingida udabva lwami lokushuthela eGoli," kusho uKay.

UKay uvumule ukuthi udaba lwakhe lubucayi kanti lungase lumulahlekise ngomsebenzi.

Imizamo yokuthola ukuphawula kwamaphrojusa oZalo ibe yize.

UKay uthe akananxa namaphrojusa oZalo njengoba kamuva ebesanda kuba nawo emngcwabeni womunye wozakwabo kanye nabo. Wathi banobudlelwano obuhle nabo.

 - SundayWorld

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C High level clouds. Mild. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers late. Broken clouds. Mild. Bloem: 16-25°C Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 21-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 19-26°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...