“Odla ukotini” ugqabule i-Mercedes GTS entsha ceke

2016-07-29 20:31

Durban -  URicky Rick osanda kukhipha ingoma ecacisa kahle ngesimo sakhe sokudla ukotini uthenge imoto kanokusho.

Yize lo mrepha engakayivezi le moto yakhe kubalandeli bakhe ezinkundleni zokuxhumana, umngani wakhe omkhulu uCassper Nyovest ufake ividiyo emhalalisela ngalokhu.

OLUNYE UDABA:URiky Rick uthi uyakuthokozela ukujoyina ezikaDJ Bongz

"Akukholakali ukubona i-Mercedes GTS entsha sha uma ngokhumbula umkhehlekhehle esasihamba ngayo siya esitudiyo,” kusho uCassper.

Ngokusho kwewebhusayithi yakwa-Mercedes Benz le moto ibiza R2 142 600, kubika iTimeslive.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-17°C Sunny. Mild. Pta: 11-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 13-21°C Mostly sunny. Cool. PE: 11-19°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...