Ngiyohlezi ngimthanda uBoity - Cassper

2016-07-20 17:31

Johannebsurg - Umrepha wakuleli uCassper Nyovest usephinde waphefumula ngothando analo ngowayeyintombi yakhe umethuli wezinhlo uBoity Thulo wathi ufanelwe okungcono kunaye kodwa uyohlezi emthanda.

OLUNYE UDABA: UCassper Nyovest uzogeqa amagula ohlelweni lukamabonakude5

Laba bobabili bahlukana ezinyangeni ezimbalwa ezedlule bobabili bethi bahlukaniswa ukuhlale bematasa emsebenzini yabo.

UBoity noCassper besayizithandani babethandwa kuleli kanti noCasser ngoLwesibili udalule ukuthi ngabe wamshada uBoity ukube abahlukananga.

 - TMG Entertainment

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 16-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...