Ngabe usenesoka elisha uDj Zinhle?

2016-09-08 10:06

Johannesburg - Kulandela ukuhlukana kabi kwaDJ Zinhle nobaba wengane yakhe uKiernan 'AKA' Forbes ulo dj wabuthwala ubunzima cishe unyaka wonke.

Lo DJ wayenokubhala imicabango yakhe ekhasini lakhe iMoments by DJ Zinhle.

UDJ Zinhle wachitha izinyanga ebhala ngendodakazi yakhe, umsebenzi wakhe wokuba nguDJ nebhizinisi lakhe ezinkundleni zokuxhumana.

Kamuva nje uZinhle usefaka izithombe ezidida iningi.

Kulezi zithombe kubonakala sengathi uhlezi nendoda eyaziwa ngelikaBond kuphela.

ISITHOMBE: 

Bond by night.. ??

A photo posted by ZINHLE JIYANE (@djzinhle) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...