Ngabe lifezekile iphupho likaMshoza?

2016-03-16 17:00

Johannesburg – NgoFebhuwari iThe Juice yabika ukuthi umculi wekwaito uNomasonto “Mshoza” Maswanganyi ugqigqa odokotela ngemizamo yokuzenza abukeke emuhle ngokwedlulele.

UMshoza, osebizwa ngoMichael Jackson waseMzansi, uchithe amahora ethola ama-treatment okwenza isikhumba sikhanye, ukucwecwa umzimba, ukukhulisa izindebe nokunye okuqinisekisa ukuthi ibala lakhe alifiphali.

OLUNYE UDABA: UMshoza uthi ngeke avume 'ukuguga ebhekile'

Lo mculi waba sematheni kulandela ukuthi enza i-skin bleaching.

Kanti manje uthi ufuna ukufana ncamashi nomculi waphesheya kwezilwandle uNicki Minaj.

Buka nansi i-video ngezansi uzibonele ukuthi ngabe lifezekile yini iphupho likaMshoza.

- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-31°C Rain showers. High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C Light rain late. High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 12-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...