Naso lesosinqa soweMuvhango - Ivideo

2016-03-03 08:29

Johannesburg - Umlingisis womdlalo wakumabonakude iMuvhango uBuhle Samuels odlala indawo kaMatshidiso kulo mdlalo usephinde washukumisa abaningi ngesinqa sakhe enkundleni yezokuxhumana.

Ngonyaka ophelile uBuhle wayengundabamlonyeni, kukhulunywa ngesinqa sakhe ngemuva kokuba kusabalale isithombe sezinqa zakhe ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: OweMuvhango uthi akusizo ezokufakelwa ezakhe

Lesi sihlabani sama-soap sesiwachithe kaningi amahlebezi athi izinqa zaso ngezokufakelwa kanti futhi sesake sazama nokutshela abantu ukuthi babuke umsebenzi waso bayeke ukunaka umzimba waso

Kamuva nje uBuhle ujoyine ikilasi lomdanso okudanswa kulo ngamaqhokisi i-Rocking in Heels kanti uyawushaya lo mdanso.

Ivideo nesithombe ekuma-MMA15:

When I was late for class but still managed to do the thing just in my own pace ??

A video posted by Buhle (@buhlesamuels) on

#MMA15

A photo posted by Buhle (@buhlesamuels) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Channel24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...