Kuzungeza athi ukhuza ibuya ku-TV uZola

2017-03-05 13:30

Johannesburg - Sikhuza ibuya kumabonakude isihlabani somculo weKwaito, uBonginkosi 'Zola 7' Dlamini.

Imithombo yangaphakathi kumabonakude ithi lesi sihlabani sizobonakala ezinhlelweni ezintsha zaku-SABC ezizoqala ukudlala kuthelevishini ngoMeyi.

UZola wayenohlelo kumabonakude eminyakeni engu06 edluole ngemuva kwesizini yesi-8.

OLUNYE UDABA:Lungahle lubuye uhlelo i-Zola 7 kumabonakude

ISunday Sun izwe ukuthi abakwa-SABC abamnike leli thuba lokuba yingxenye yezinye zezinhlelo ezisazoqala.

Omunye umthombo uthe uhlelo azoba kulo uZola luzofana nalolu ake alwenza ngaphambilini kodwa kulokhu uzobe egxile kumfundaze.

"UZola usewahambisilie amaphpha afanelekile kwa-SABC," kusho umthombo.

Omunye umthombo uthe okuhlabe umxhwele abaphathi bakwa-SABC ukuthi uZola uhlelekile.

Ngesikhathi iSunday Sun ithinta uZola ngodaba uthe, "Bozz xhumana nabwaka-SABC. Mina sengikulungele ukuqala umsebenzi."

Okhulumela abakwa-SABC uKaizer Kganyago uthe: "Asikazi ngalolu hlelo.

 - Sunday Sun

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sunday Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Cool. Bloem: -2-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...