Kuxolisa iphephandaba kuPearl Thusi mayelana nendandatho

2016-08-14 14:04

Johannesburg - Sashicilela udaba ngomethuli wezinhlelo kumabonakude uPearl Thusi sithi wazithembisa umshado kwiphephandaba iSunday Sun yangomhlaka-24 Julayi 2016.

Kulolu daba sasola uPearl ngokuzithengele indandatho yokuzethembisa umshado.

OLUNYE UDABA: UPearl Thusi ushaye "uphola vuthondaba" ngeyendandatho

Siyiphephandaba iSunday Sun siyaxolisa kakhulu ngokushicilela izinsolo zokuzithengela indandatho nokungaqinisekisi imininingwane kwimithombo yethu. 

Siphinde sixolise ngokuhluleka ukuthola uvo lwakhe ngaphambi kokushicilela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sunday Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Mild. Pta: 6-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: -3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...