Kuhlengezele izinyembezi kwimbongi ibuzwa ngesikhathi sobandlululo

2016-08-14 13:01

Johannesburg - Imbongi uMzwakhe Mbuli kuthiwa uvele wakhihla isililo ngesikhathi kuxoxwa nayo esiteshini sakumabonakude i-Al JAZEERA.

Imithombo yeSunday Sun ithi lesi siteshi sakumabonakude besenza umlando ngempilo kaMzwakhe.

OLUNYE UDABA: UMzwakhe Mbuli kwabakhulekela uMandela

"Uvele wakhihjla isiloli ngesikhathi ebuzwa ngokuhlukunyezwa ngamaphoyisa ngezikhathi zobandlululo," kusho umthombo.

UMzwakhe uthe imibuzo ngesikhathi esedlule imkhumbuze  izikhathi ezazibuhlungu.

"Angikwazanga ukuzibamba  ngoba kusabuhlungu. Lolu daba lusangizwisa ubuhlungu kakhulu," kusho uMzwakhe.

"Bangibuze ngendawo engiyidlalayo kwiSibaya nakho konke engukwenzayo njengamanje."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sunday Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Scattered showers. Clearing skies. Cool. Pta: 13-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 13-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...