Kugxekwa u-DJ Bongz ngokudayisa amakapisi ngo-R800

2016-04-26 11:31

Durban -  UDJ othandwa kakhulu ngokudansa uphenduke undabuzekwayo ezinkundleni zokuqhumana ngochungechunge lwakhe olusha, kubika iTimeslive.

Abantu bebekhalaza ngokubiza kwama-kapisi akhe abiza u-R800 abizwa ngokuthi yiGwaragwara.

Abanye abantu bathi ngeke bakhiphe imali engaka ngekapisi kuphela, kuzoba ngcono uma lizokuwotawota uma uligqokile noma mhlawumbe likugunda izinwele uligqokile.

Yize kunjalo lo DJ uthi abantu abanalo iqiniso ngoba bayakwazi ukukhipha izimali ezishisiwe bayothenga ingqephu ebizayo yosaziwayo baphesheya.

- Times Live

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uyashiya kwi-RGB umsakazi

2017-07-25 16:00
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Partly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...