Kugxekwa i-OPW ngokungabaxhasi omakoti nge-make-up

2016-10-24 17:30

Johannesburg -  Uhlelo lwakumabonakude oluyintandokazi yeningi kuleli i-Our Perfect Wedding isobishini ngenxa ye-make-up ebiyihlazo.

Kwisiqephu sangempelasonto edlule kwakunomakoti obekucaca ukuthi akaney umuntu ozomenza ubuso imake-up.

Abanye bababukeli bahlasela umethuli wohlelo uJessica Nkosi ngoba imake-up yakhe ibiyinhle, bebuza ukuthi kungani yena engazange afake isandla.

Ababukeli baze babuza nokuthi kanti yini inhloso yokusakaza umshado.

Okubhalwe enkundleni yezokuxhumana iTwitter:

 - TrueLove

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 0-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...